oakfull.pages.dev


Zwelakhe sisulu biography of william murphy

UZwelakhe Sisulu 17 Disemba - 4 Okthoba wayengumlobi wezindaba omnyama waseNingizimu Afrika , umhleli kanye nomsunguli wephephandaba.

Zwelakhe meaning

WayenguMengameli we-Writers 'Association of South Africa, kamuva owaba yi-Black Media Workers Association of South Africa noma i-Mwasa , futhi wahola isiteleka sonyaka wonke ngo maqondana namaholo alungile kuma-journalist abamnyama. Wayeyixhoba lokuhlukunyezwa ngaphansi kombuso wobandlululo eNingizimu Afrika futhi waboshwa cishe kathathu ngenxa yomsebenzi wakhe kweze-journalism.

Umndeni wakwaZwelakhe uSisulu waziwa kakhulu ngomzabalazo wokulwa nobandlululo eNingizimu Afrika. Ubaba wakhe wagwetshelwa ukudilikelwa yijele ngo ngesikhathi uZwelakhe Sisulu eneminyaka engu ubudala.

Lindiwe sisulu

USisulu nomkakhe uZodwa babenamadodana amabili nendodakazi eyodwa. UZwelakhe Sisulu waqala i-career yakhe ye-journalism ngo lapho esebenza njengemfundamakhwela intern kwinhlangano ye-South African Associated Newspapers. Waba yi-journalist kwiphephandaba le- The Rand Daily Mail lapho ayebika khona ngokuqubuka komzabalazo wase Soweto ngo futhi wasebenza lapho kwaze kwaba ngo Wayengumhleli wezindaba weSunday Post eNingizimu Afrika waze wavalwa umlomo banned ngo Ngemva kokuboshwa kwakhe ukuthi ahlale endlini angavunyelwa ukuzibandakanya nabanye abantu, wanikezwa indondo yomfundazwe weNieman Fellow.

Emva kokuqeda kwakhe ifellowship ngo, wasebenza kwiphephandaba l eSowetan. Ngo, wasungula iphephandaba le- New Nation eyavalwa ngo Meyi , [ 9 ] ngaphambi kokuba aboshwe ngamaphoyisa futhi agqunywe ejele ngaphandle kokuquliswa icala njengengxenye yezimo eziphuthumayo nokuboshwa kwabantu abaningi eNingizimu Afrika ngaleso sikhathi. Leli phephandaba lalihambisana ne-African National Congress, kanti futhi lokhu lalikubekwa ngokusobala kwi-masthead yalo ethi: "The media of the powerless" iphephandaba labangenamandla.

Ngaleso sikhathi kwakuyiphephandaba laseNingizimu Afrika elikhulu kunawo onke la maphephendaba abamnyama. Ngemuva kombuso wobandlululo eNingizimu Afrika, uSisulu waba yinhloko ye-South African Broadcast Corporation okuwuphiko lobusakazi baseNingizimu ngo Ngemuva kokusebenza e-SABC, uSisulu wasungula i-New African Investments Limited, eyaziwa njengebhizinisi lokuqala abanikazi balo okwakungabantu abamnyama ellabhaliswa neJohannesburg Stock Exchange kanye nokuxhobisa abantu abamnyama.